Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 3:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible

8 naseJerusalema, nase-Idumiya, nangaphesheya kweJordani; nangaseTire naseSidoni, isixuku esikhulu, sesizwile ukuthi kukhulu akwenzayo, seza kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 naseJerusalema, nase-Idumiya, nangaphesheya kweJordani, nangaseTire, naseSidoni; isixuku esikhulu sesizwile konke akwenzayo seza kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 eJerusalema nase-Idumiya, nangaphesheya kweJordani, naseThire naseSidoni. Isixuku esikhulu seza kuye lapho sesizwile ngakho konke ayekwenza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 naseJerusalema, nase-Idumiya, nangaphesheya kweJordani; nangaseTire naseSidoni, isixuku esikhulu, sesizwile ukuthi kukhulu akwenzayo, seza kuye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 3:8
18 Referans Kwoze  

Maye kuwe Korazini! maye kuwe, Betsayida! ngokuba uma yayenziwe eTire naseSidoni imisebenzi yamandla eyenziwe kini, ngabe kade baphenduka bembethe amasaka nangomlotha.


Wasuka lapho, waya emikhawulweni yaseTire neSidoni, wangena endlini, ethanda ukuba kungaziwa muntu, kepha akakwazanga ukucasha.


Wayesemuka futhi emikhawulweni yaseTire naseSidoni, weza olwandle lwaseGalile edabula phakathi kwezifunda zaseDekapholi.


Kwamlandela izixuku eziningi zivela eGalile, naseDekapholi, naseJerusalema, naseJudiya, nangaphesheya kweJordani.


Wehla nabo, wema ethafeni, nesixuku sabafundi bakhe, nesixuku esikhulu sabantu abavela kulo lonke elaseJudiya neJerusalema, nasogwini lolwandle lwaseTire neSidoni, abeza ukuzomuzwa, bamlalele. ukuphulukiswa ezifweni zabo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite