Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 15:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kodwa uJesu akaphendulanga lutho; waze wamangala uPilatu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kodwa uJesu akabe esaphendula lutho, waze wamangala uPilatu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kepha uJesu akabuyanga waphendula utho, waze wamangala uPilatu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kodwa uJesu akaphendulanga lutho; waze wamangala uPilatu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 15:5
10 Referans Kwoze  

Ngokuba ngithi uNkulunkulu usimisile thina baphostoli ekugcineni njengabamiselwe ukufa, ngokuba senziwe ukubukwa ezweni, nasezingelosini, nakubantu.


Akamphendula nakancane; waze wamangala kakhulu umbusi.


Wabuye wangena endlini yokwahlulela, wathi kuJesu: “Ungowaphi na? Kodwa uJesu kamphendulanga.


Kwathi emangalelwa ngabapristi abakhulu namalunga, akaphendulanga lutho.


UPilatu wabuye wambuza, wathi: “Awuphenduli lutho na? bheka ukuthi zingaki izinto abafakaza ngazo ngawe.


Wasembuza ngamazwi amaningi; kodwa akamphendulanga lutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite