Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:32 - Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Kwathi sekuhlwile, ilanga selishonile, baletha kuye bonke ababegula nababekhwelwe ngamademoni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Kwathi ukuba kuhlwe, selishonile ilanga, baletha kuye bonke abagulayo nabakhwelwe ngamademoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Kwathi ngokuhlwa, ilanga selizilahle kunina, baletha kuye bonke abagulayo nabanamadimoni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kwathi sekuhlwile, ilanga selishonile, baletha kuye bonke ababegula nababekhwelwe ngamademoni.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:32
8 Referans Kwoze  

Kwathi sekuhlwile, baletha kuye abanengi ababekhwelwe ngamadimoni;


Kwathi selishona ilanga, bonke ababe nabagulayo izifo ngezifo babaletha kuye; wabeka izandla phezu kwabo bonke, wabaphulukisa.


Basebemqaphela ukuthi uzamsilisa yini ngesabatha; ukuze bambeke icala.


Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.


Bangena eKapernawume; kwathi masinyane ngesabatha wangena esinagogeni, wafundisa.


ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngoIsaya umprofethi ukuthi: Yena wathatha ubuthakathaka bethu, wathwala izifo zethu.


Wasondela, wambamba ngesandla, wamsukumisa; umkhuhlane wamyeka masinyane, wabakhonza.


Kwaphuma namademoni kwabaningi, ememeza ethi: “Wena unguKristu iNdodana kaNkulunkulu. Wasezikhuza kazange azivumele ukuthi zikhulume, ngoba zazimazi ukuthi unguKristu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite