Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 4:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible

5 USathane wayesemthatha wamyisa entabeni ende, wambonisa imibuso yonke yezwe ngokuphazima kweso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Esemenyusela entabeni ende wambonisa imibuso yonke yezwe ngomzuzwanyana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 USathane wamenyusela entabeni ende, wambonisa yonke imibuso yomhlaba ngomzuzwana nje.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 USathane wayesemthatha wamyisa entabeni ende, wambonisa imibuso yonke yezwe ngokuphazima kweso.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 4:5
11 Referans Kwoze  

Ngokuba asibambene negazi nenyama, kodwa sibambene nemibuso, namandla, nababusi balobu bumnyama bomhlaba, nobubi bomoya ezindaweni eziphakemeyo.


Ngokuphazima kweso, ngokucwayiza kwelihlo, ekukhaleni kwecilongo lokugcina;


USathane wabuye wamyisa entabeni ende kakhulu, wamkhombisa imibuso yonke yezwe nenkazimulo yayo;


enanihamba kuzo endulo ngokwendlela yaleli zwe, ngokombusi wamandla omkhathi, ongumoya osebenza manje kubantwana bokungalaleli;


Ngokuba usizi lwethu olulula, olungokomzuzwana, luyasisebenzela isisindo esiyinkazimulo emiyo yonke kakhulukazi;


nabasebenzisa leli zwe, babe njengabangalisebenzisi, ngokuba isimo saleli zwe siyedlula.


Lelivangeli lombuso liyakutshunyayelwa emhlabeni wonke kube ngubufakazi ezizweni zonke; khona-ke ukuphela kuyofika.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite