Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 3:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kwaphumela kuye iJerusalema, neJudiya lonke, nesifunda sonke saseJordani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Khona kwaphumela kuye iJerusalema, neJudiya lonke, nezwe lonke laseJordani,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kweza kuye iJerusalema, nalo lonke iJudiya, nazo zonke izifunda ezizungeze iJordani,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwaphumela kuye iJerusalema, neJudiya lonke, nesifunda sonke saseJordani.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 3:5
9 Referans Kwoze  

Kwaphumela kuye izwe lonke laseJudiya nabo bonke abaseJerusalema, babhapathizwa nguye emfuleni iJordani, bevuma izono zabo.


Yena wayeyisibani esivuthayo nesikhanyayo, nina-ke nathanda ukuthokoza isikhashana ekukhanyeni kwakhe.


Naye uJohane wayebhapathiza e-Enoni eduze neSalimi, ngokuba amanzi ayemaningi lapho; beza babhapathizwa.


Umthetho nabaprofethi kwakukhona kwaze kwafika uJohane; kusukela ngaleso sikhathi umbuso kaNkulunkulu uyashunyayelwa, wonke umuntu ufukamela kuwo.


Khona wathi ezixukwini ezaziphumela ukubhapathizwa nguye: “Nzalo yezinyoka, ubani onibonise ukubalekela ulaka oluzayo na?


Kwamlandela izixuku eziningi zivela eGalile, naseDekapholi, naseJerusalema, naseJudiya, nangaphesheya kweJordani.


Kwathi uJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika eJerusalema izazi zivela empumalanga,


Weza ezweni lonke laseJordani, eshumayela umbhapathizo wokuphenduka kukho ukuthethelelwa kwezono;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite