Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 24:38 - Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Ngokuba njengasezinsukwini zangaphambi kukazamcolo babedla, bephuza, beshada, bendiswa, kwaze kwafika usuku uNowa angena ngalo emkhunjini,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Ngokuba njengasezinsukwini lezo ezandulela uzamcolo babedla, bephuza, beganwa, bendiswa, kwaze kwafika usuku uNowa angena ngalo emkhunjini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Njengasezinsukwini lezo ezandulela uzamcolo babedla, bephuza, beganwa, bendiswa; kwaze kwafika usuku uNowa angena ngalo emkhunjini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Ngokuba njengasezinsukwini zangaphambi kukazamcolo babedla, bephuza, beshada, bendiswa, kwaze kwafika usuku uNowa angena ngalo emkhunjini,

Gade chapit la Kopi




Mathewu 24:38
16 Referans Kwoze  

Kodwa uba leyonceku ithi enhliziyweni yayo: Inkosi yami ilibele ukuza; aqale ukushaya izinceku nezincekukazi, nokudla, nokuphuza, nokudakwa;


Ziqapheleni nina, funa izinhliziyo zenu zisindwe ukuminza, nokudakwa, nezinkathazo zalokhu kuphila, lunifike lolo suku kungazelelwe.


Ngizakuthi kuwo umphefumulo wami: Mphefumulo, ulempahla enengi ebekelelwe iminyaka eminengi; khululeka, udle, uphuze, ujabule.


Ngoba ekuvukeni kwabafileyo kabathathanga, kabendiswa, kodwa banjengezingilosi zikaNkulunkulu ezulwini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite