Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 23:9 - Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Ningabizi muntu emhlabeni ngokuthi uyihlo, ngokuba munye uYihlo osezulwini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ningabizi muntu emhlabeni ngokuthi uyihlo; ngokuba munye uyihlo, osezulwini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ningabizi muntu emhlabeni ngokuthi: ‘Baba,’ ngokuba munye uyihlo, osezulwini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ningabizi muntu emhlabeni ngokuthi uyihlo, ngokuba munye uYihlo osezulwini.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 23:9
16 Referans Kwoze  

Bhekani uthando olungaka asinike lona uBaba lokuba sibizwe ngokuthi singabantwana bakaNkulunkulu;


Futhi sinabobaba benyama yethu abasilayayo, sabahlonipha; kasiyikuzithoba kakhulu kuYise wawomoya, siphile, na?


Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye na?


Ngokuba noma ninabafundisi abayizinkulungwane eziyishumi kuKristu, nokho oyihlo ababaningi, ngokuba mina nganizala kuKristu Jesu ngevangeli.


Njalo ngizakuba nguYihlo, lina lizakuba ngamadodana lamadodakazi ami, itsho iNkosi uSomandla.


Madoda, bazalwane, nawobaba, yizwani ukuziphendulela kwami kini manje.


Ngokuba konke lokho abezizwe bayakufuna; ngokuba uYihlo osezulwini uyazi ukuthi niyakudinga lokho konke.


Futhi ningabizwa ngokuthi abefundisi, ngokuba munye uMfundisi wenu, uKristu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite