Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:9 - Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Ngakho hambani niye ezindleleni, nibizele emshadweni bonke eningabafumana;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 ngakho-ke hambani niye ezinhlanganweni zezindlela, nibizele emshadweni bonke eningabafumana.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 ngakho-ke hambani niye ezinhlanganweni zemigwaqo, nimeme noma yimuphi enimtholayo ukuba eze emshadweni.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngakho hambani niye ezindleleni, nibizele emshadweni bonke eningabafumana;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:9
16 Referans Kwoze  

UMoya nomlobokazi bathi: Woza. Nozwayo makathi: Woza. Nowomileyo makeze. Futhi yilowo nalowo othanda makathathe amanzi okuphila ngesihle.


Mina engingomncinyane kunomncinyane kubo bonke abangcwele, ngiphiwe lomusa, ukuthi ngitshumayele phakathi kwabezizwe ingcebo kaKristu engaphenyisisekiyo;


Ngokuba iNkosi yasiyala kanjalo, ithi: “Ngikubekile ukuba ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semikhawulweni yomhlaba.


Kutshunyayelwe ebizweni lakhe ukuphenduka lokuthethelelwa kwezono ezizweni zonke, kuqalwe eJerusalema.


Khona yathi ezincekwini zayo: “Umshado usulungile, kepha abamenyiweyo bebengafanele.


Lezozinceku zaphuma zaya ezindleleni, zabutha bonke ezabafumanayo, ababi nabahle; umshado wagcwala abahlezi ekudleni.


Bathi kuye: Ngoba akukho muntu osiqashile. Wathi kubo: Hambani nani, niye esivinini; futhi noma yini efanele, lokho niyokwamukela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite