Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:17 - Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Ngakho sitshele ukuthi wena uthini? Kuvunyelwe ukuthela kuKesari noma qha?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngakho sitshele, uthini wena? Kuvunyelwe ukuthela kuKesari noma qha?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ngakho-ke sitshele ukuthi yikuphi okulungile. Kuvunyelwe yini ukukhokha intela kuKhesari noma qha na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngakho sitshele ukuthi wena uthini? Kuvunyelwe ukuthela kuKesari noma qha?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:17
18 Referans Kwoze  

Kwathi ngalezo zinsuku kwaphuma isimemezelo kuKesari Awugustu sokuba kubalwe izwe lonke.


Wathi: Yebo. Esengenile endlini, uJesu wamandulela, wathi: “Ucabangani, Simoni? Amakhosi omhlaba athatha kubani intela nenkokhiso? kubantwana babo, kumbe kwabafokazi?


Kepha sithanda ukuzwa ngawe ukuthi yini oyicabangayo, ngokuba ngaleli hlelo siyazi ukuthi liyaphikiswa ezindaweni zonke.


Eziphendulela wathi: “Nangomthetho wabaJuda, nethempeli, nakuKesari angonanga lutho.


abamamukele uJasoni; bonke laba benza okuphambene nezimiso zikaKesari, bethi kukhona enye inkosi, uJesu.


Emva kwalowo kwasuka uJuda waseGalile ngezinsuku zokubhaliswa, wadonsa abantu abaningi ukuba bamlandele; nabo bonke abamlalelayo bahlakazeka.


Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, noHerode engumbusi wesifunda saseGalile, noFiliphu umfowabo engumbusi wesifunda sase-Itureya nasesifundeni saseTrakoniti, noLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,


Kodwa uJesu ebazi ububi babo wathi: Bazenzisi, lingilingelani?


Kuvunyelwe yini kithi ukuthela kuKesari, noma qha?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite