Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:37 - Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Kodwa ekugcineni wathumela kubo indodana yakhe, ethi: Bayakuyazisa indodana yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ekugcineni wathuma kubo indodana yakhe, ethi: ‘Bayakuyazisa indodana yami.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Ekugcineni wathumela kubo indodana yakhe, ethi: ‘Bazakuyihlonipha indodana yami.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Kodwa ekugcineni wathumela kubo indodana yakhe, ethi: Bayakuyazisa indodana yami.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:37
13 Referans Kwoze  

Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa, ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.


Mina ngibonile, ngafakaza ukuthi lo uyiNdodana kaNkulunkulu.


Wasesithi umninisivini: Ngizakwenzani? Ngiyakuthuma indodana yami ethandekayo; mhlawumbe bayoyihlonipha, lapho beyibona.


Ngakho-ke esesenendodana eyodwa ethandekayo wakhe, wayithuma kubo ekugcineni, ethi: ‘Bayakuyihlonipha indodana yami.’


Bheka, kwavela izwi ezulwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo.


Akakho oke wabona uNkulunkulu; iNdodana ezelwe yodwa esesifubeni sikaYise yiyona embonakalisile.


abuye wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala, benze njalo nakuzo.


Kodwa abalimi sebeyibonile indodana bakhulumisana besithi: Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite