Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Uma umuntu esho utho kini, anothi: INkosi iyazidinga; njalo uzahle azithumele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uma umuntu esho utho kini, anothi: ‘INkosi iyazidinga;’ uyakuzithumela masinyane.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Uma kukhona umuntu osho utho kini, niyakuthi: ‘INkosi iyazidinga;’ uyakuzibuyisa ngokushesha.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uma umuntu esho utho kini, anothi: INkosi iyazidinga; njalo uzahle azithumele.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:3
18 Referans Kwoze  

Kakhonzwa ngezandla zabantu njengoswela ulutho, yena onika bonke ukuphila lokuphefumula lakho konke;


Ngokuba niyawazi umusa weNkosi yethu uJesu Kristu, ukuthi nakuba ecebile waba mpofu ngenxa yenu, ukuze ngobumpofu bakhe nina nicebe.


UYise uyayithanda iNdodana, njalo unikele zonke izinto esandleni sayo.


njengalokhu uyiphile amandla phezu kwenyama yonke, ukuze bonke omnike yona, ibaphe ukuphila okuphakade.


Kodwa makabongwe uNkulunkulu ofake inkuthalo efanayo enhliziyweni kaThithu ngani.


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


Wathi kubo: “Hambani niye emzaneni obhekene nani, nizakufumana masinyane imbongolo ikhulekiwe, nethole linayo;


Konke lokhu kwenzeka, ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite