Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 20:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Bathi kuye: Ngoba akukho muntu osiqashile. Wathi kubo: Hambani nani, niye esivinini; futhi noma yini efanele, lokho niyokwamukela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Bathi kuye: ‘Ngokuba akakho osiqashileyo.’ “Wathi kubo: ‘Hambani nani, niye esivinini.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 “Bathi kuye: ‘Ngokuba akukho muntu osiqashileyo.’ “Wathi kubo: ‘Hambani nani niye esivinini.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bathi kuye: Ngoba akukho muntu osiqashile. Wathi kubo: Hambani nani, niye esivinini; futhi noma yini efanele, lokho niyokwamukela.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 20:7
16 Referans Kwoze  

Ngokuba uNkulunkulu akayena ongalungile ukuba akhohlwe umsebenzi wenu nomshikashika wothando enalubonakalisa kulo igama lakhe, ngokukhonza abangcwele, nisabakhonza.


ngitsho imfihlakalo ebifihliwe kusukela kudala lezizukulwaneni, kodwa khathesi ibonakalisiwe kwabangcwele bakhe;


lisazi ukuthi konke okuhle umuntu akwenzayo, uyakwamukeliswa ngakho eNkosini, noma eyisigqila noma engokhululekileyo.


Kuye onamandla okuniqinisa ngokwevangeli lami nentshumayelo kaJesu Kristu ngokokwambulwa kwemfihlakalo ebifihliwe kwasekuqaleni;


besithi: Sizakwenzani kulababantu? Ngokuba isibonakaliso esiphawulekayo senziwe yibo kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema; futhi ngeke sikuphike.


Ngimelwe ukusebenza imisebenzi yongithumileyo kusesemini;


Ngokuba umbuso wezulu ufana nomuntu ongumninindlu, owaphuma ekuseni ukuyoqasha izisebenzi esivinini sakhe.


Kwathi sekungaba lihola letshumi lanye waphuma, wafica abanye bemi bengenzi lutho, wathi kubo: Limeleni lapha usuku lonke lingenzi lutho?


Kwathi sekuhlwile, umninisivini wathi enduneni yakhe: Biza izisebenzi, uzinike inkokhelo yazo, uqale ngezokugcina kuze kube ngezokuqala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite