Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 2:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi uJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika eJerusalema izazi zivela empumalanga,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika izazi eJerusalema, zivela empumalanga, zithi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 UJesu esezelwe eBhethlehema eJudiya ngezinsuku zokubusa kukaHerode inkosi; bheka, kwafika izazi eJerusalema, zivela empumalanga, zathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi uJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika eJerusalema izazi zivela empumalanga,

Gade chapit la Kopi




Mathewu 2:1
25 Referans Kwoze  

Awushongo yini umbhalo ukuthi uKristu uzavela enzalweni kaDavide, naseBetlehema, emzini kaDavide, na?


Ngokuba nizalelwe namuhla uMsindisi onguKristu iNkosi emzini kaDavide.


Basebesithi kuye: EBetlehema laseJudiya, ngoba kulotshiwe kanje ngomprofethi ukuthi:


Akamazi waze wazala izibulo lakhe; waqamba igama layo ngokuthi uJesu.


Kwathi izingelosi sezimuka kubo zisiya ezulwini, abelusi bakhuluma omunye komunye, bathi: “Masiye eBetlehema, sibone lokhu okwenzekileyo, uJehova esisazise khona.


Emihleni kaHerode inkosi yaseJudiya kwakukhona umpristi othile ogama lakhe linguZakariya, owesigaba sika-Abiya, nomkakhe engowamadodakazi ka-Aroni, igama lakhe kungu-Elisabethe.


Kwathi esefile uHerodi, khangela, ingilosi yeNkosi yabonakala ngephupho kuJosefa eGibhithe.


UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka, neJerusalema lonke kanye naye.


Khona uHerode, ezibizile izazi ngasese, wabuzisisa kuzo isikhathi inkanyezi eyabonakala ngaso.


Khona uHerode, ebona ukuthi uklolodelwe yizazi, wathukuthela kakhulu; isikhathi ayebuzisise ngaso kwabahlakaniphileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite