Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 19:24 - Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Njalo futhi ngithi kini: Kulula ukuthi ikamela lingene ngentunja yenalithi, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Futhi ngithi kini: Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yosungulo kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Futhi ngithi kini: kulula ukuba ikameli lingene ngembobo yosungulo kunokuba isicebi singene embusweni kaNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Njalo futhi ngithi kini: Kulula ukuthi ikamela lingene ngentunja yenalithi, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 19:24
9 Referans Kwoze  

Ningakholwa kanjani nina enidumisa omunye komunye, ningaludingi udumo oluvela kuNkulunkulu yedwa na?


Ngokuba kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yenaliti, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.


Kodwa uJesu wabakhangela wathi kubo: Kubantu lokhu kakwenzeki; kodwa kuNkulunkulu zonke izinto ziyenzeka.


Bakhokheli abayizimpumputhe, elihluza insensane, liginye ikamela.


Kwathi sebezwile abafundi bakhe bamangala kakhulu, bathi: Pho kungasindiswa bani?


UJesu waphendula, wathi kuye: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Uma umuntu engazalwa ngokusha, angewubone umbuso kaNkulunkulu.


UJesu waphendula wathi: Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Ngaphandle kokuthi umuntu azalwe ngamanzi langoMoya, angengene embusweni kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite