Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 18:35 - Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Kanjalo noBaba osezulwini uyakwenza kini, uma ningathetheleli yilowo nalowo umfowabo iziphambeko zakhe ngezinhliziyo zenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 “Kanjalo naye uBaba osezulwini uyakwenza kini, uma ningathetheleli ngezinhliziyo zenu kube yilowo nalowo umfowabo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 “Kanjalo-ke noBaba osezulwini uyakwenza lokho kini, uma ningathetheleli ngezinhliziyo zenu kube yilowo nalowo umfowabo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Kanjalo noBaba osezulwini uyakwenza kini, uma ningathetheleli yilowo nalowo umfowabo iziphambeko zakhe ngezinhliziyo zenu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 18:35
16 Referans Kwoze  

Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.


Nxa nimi nikhuleka, thethelelani, uma ninamagqubu nomunye, ukuze noYihlo osezulwini anithethelele iziphambeko zenu.


Usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanamacala kithi.


Wathi kubo: “Nina ningabazishaya abalungileyo phambi kwabantu; kepha uNkulunkulu uyazazi izinhliziyo zenu, ngokuba lokho okuphakeme phakathi kwabantu kuyisinengiso emehlweni kaNkulunkulu.


Njalo ngizabulala abantwana bakhe ngokufa; namabandla onke ayakwazi ukuthi mina nginguye ohlola izinso nezinhliziyo;


Kepha uma ninomhawu obabayo nokubanga ezinhliziyweni zenu, ningazibongi, ningaqambi iqiniso amanga.


Sondelani kuNkulunkulu, laye uzasondela kini. Hlambululani izandla nina zoni; nihlanze izinhliziyo zenu nina eninhliziyombili.


Inkosi yayo yathukuthela, yamnikela kubahlukumezi, ize ikhokhe konke eyayikukweleta.


Kepha uma nina ningathetheleli, noYihlo osezulwini akayikunithethelela iziphambeko zenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite