Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 18:24 - Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kwathi eqala ukulandisa, kwalethwa kuye enye eyayinecala lamatalenta ayizinkulungwane eziyishumi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kwathi eseqale ukubala, kwalethwa kuye enye enecala lamatalenta* ayizinkulungwane eziyishumi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Kwathi eseqalile ukubala, kwalethwa kuye omunye owayekweleta amathalenta ayizi-10 000.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kwathi eqala ukulandisa, kwalethwa kuye enye eyayinecala lamatalenta ayizinkulungwane eziyishumi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 18:24
17 Referans Kwoze  

Wababizela kuye bonke abanamacala enkosini yakhe, wathi kowokuqala: ‘Unecala elingakanani enkosini yami na?


Nalabo abayishumi nesishiyagalombili owawela phezu kwabo umbhoshongo waseSilowama, wababulala, nithi bona babeyizoni kunabo bonke abantu abakhileyo eJerusalema na?


Wasesithi komunye: Wena-ke unecala elingakanani? Wathi: Izilinganiso eziyikhulu zikakolweni. Wathi kuye: Thatha incwadi yakho, ulobe amashumi ayisishiyagalombili.


Ngakho umbuso wezulu ufaniswa nenkosi eyayifuna ukubalelana nezinceku zayo.


Kodwa njengoba ingenalutho lokukhokha, inkosi yayala ukuba kuthengiswe ngaye, nomkayo, nabantwana, nakho konke anakho, kukhokhwe.


Enye wayinika amatalenta ayisihlanu, enye amabili, nenye elilodwa; yilowo nalowo ngokwamandla akhe; wahle wasuka wahamba.


Khona obamukele amatalenta ayisihlanu wahamba wasebenza ngawo, wazuza amanye amatalenta ayisihlanu.


Weza obamukele amatalenta ayisihlanu, waletha amanye amatalenta ayisihlanu, wathi: ‘Nkosi, wanginika amathalenta ayisihlanu; bheka, ngizuze amanye amatalenta ayisihlanu.’


Weza nobamukele amatalenta amabili, wathi: ‘Nkosi, wanginika amatalenta amabili; bheka, ngizuze amanye amatalenta amabili phezu kwawo.


Khona weza obamukele italenta lalinye, wathi: Nkosi, bengikwazi wena ukuthi ungumuntu olukhuni, uvuna lapho ongahlwanyelanga khona, ubutha lapho ongazange uhlakaze khona;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite