Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 11:19 - Baasraak Zulu New Testament Bible

19 INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 INdodana yomuntu yafika idla, iphuza; bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umhlobo wabathelisi nowezoni.’ Kodwa ukuhlakanipha kuvunyiwe ngabantwana bakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 INdodana yomuntu yafika yadla, yaphuza, kodwa bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nenkolotshe, umngani wabathelisi nezoni.’ Kepha ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kubonakala ukuthi kuyiqiniso ngemiphumela yakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 11:19
19 Referans Kwoze  

Sebekubonile bonke bakhonona, besithi: Ungene ukuvakatshela indoda eyisoni.


Kwathi ngesabatha engena endlini yomunye wabaphathi babaFarisi ukuba adle isinkwa, bona bamqaphela.


Nabo bonke abantu abamuzwayo nabathelisi bathi uNkulunkulu ulungile, bebhapathizwa ngobhapathizo lukaJohane.


Yilowo nalowo kithi makajabulise umakhelwane kube kuhle, akheke.


UJesu wayesemenyiwe kanye nabafundi bakhe emshadweni.


bethi: Amen: Isibusiso, nenkazimulo, nokuhlakanipha, nokubonga, nodumo, namandla, namandla makube kuNkulunkulu wethu kuze kube phakade naphakade. Amen.


Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninamvuzo muni na? Abenzi njalo nabathelisi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite