Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 3:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ingabe niyiziwula kangaka na? seniqale ngoMoya manje senipheleliswe enyameni na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Niwulekile kangaka na? Niqalile kuMoya seniyakugcina enyameni na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Nilutheke kangako yini ukuba nithi niqale kuMoya, kodwa senigcina ngemisebenzi yenyama na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ingabe niyiziwula kangaka na? seniqale ngoMoya manje senipheleliswe enyameni na?

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 3:3
9 Referans Kwoze  

Ngokuba kwakhiwa itabernakele; eyokuqala okwakukhona kuyo uthi lwesibani, netafula, nezinkwa zokubukwa; okuthiwa ithempeli.


Yilokhu kuphela engifuna ukukufunda kini: Namamukela uMoya ngemisebenzi yomthetho noma ngezwi lokukholwa na?


Ingabe nahlupheka kangaka ngeze na? uba kuseyize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite