Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 3:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Nomthetho awusiwo ongowokukholwa, kodwa uthi: Umuntu owenzayo uyakuphila ngakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 ngokuba umthetho awusiwo owokukholwa, kodwa owenza lokho uyakuphila ngakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kepha umthetho awusiwo owokukholwa, kodwa lowo owenza zonke lezi zinto uyakuphila ngazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Nomthetho awusiwo ongowokukholwa, kodwa uthi: Umuntu owenzayo uyakuphila ngakho.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 3:12
13 Referans Kwoze  

Ngokuba uma abomthetho kuyizindlalifa, ukukholwa kwenziwe ize, nesithembiso senziwe ize;


Ngakho-ke kungokholo, ukuze kube ngomusa; ukuze isithembiso siqiniseke kuyo yonke inzalo; kungeyisikho lokho okungokomthetho kuphela, kodwa nakulokho okungokukholwa kuka-Abrahama; ongubaba wethu sonke.


Uma kungomusa, akusayi ngemisebenzi; uma kungenjalo, umusa awuseyiwo umusa. kepha uma kuya ngemisebenzi, akuseyiwo umusa; uma kungenjalo umsebenzi awusewumsebenzi.


Wathi kuye: “Ungibizelani ngokuthi ngimuhle na? akakho omuhle, munye kuphela, okunguNkulunkulu; kepha uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalo.


lomlayo owawungowokuphila ngawuthola ungowokufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite