Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 1:19 - Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Kodwa kangibonanga omunye wabaphostoli, kuphela uJakobe umfowabo weNkosi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kepha angibonanga omunye wabaphostoli, kuphela uJakobe umnawe weNkosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Angibabonanga abanye abaphostoli ngaphandle kukaJakobe umnewabo weNkosi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kodwa kangibonanga omunye wabaphostoli, kuphela uJakobe umfowabo weNkosi.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 1:19
12 Referans Kwoze  

Lo akasiyo yini indodana yombazi na? Unina akabizwa ngokuthi uMariya na? nabafowabo oJakobe, noJose, noSimoni, noJuda?


Lo akasiye umbazi, indodana kaMariya, nomfowabo kaJakobe, noJose, noJuda, noSimoni? Nodadewabo abakho yini lapha kithi na? Base bekhubeka kuye.


Esakhuluma nesixuku, bheka, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.


Asinagunya lokuhamba nodadewenu, umkakho, nabanye abaphostoli, nabafowabo beNkosi, noKhefase?


uFiliphu, loBartolomewu; uTomase, noMathewu umthelisi; uJakobe ka-Alfewu, noLebewu othiwa futhi uThadewu;


UJuda, inceku kaJesu Kristu, nomfowabo kaJakobe, kubo abangcwelisiwe nguNkulunkulu uBaba, nabalondolozwe kuJesu Kristu, nababiziweyo:


UJakobe, inceku kaNkulunkulu neyeNkosi uJesu Kristu, kubo izizwe eziyishumi nambili ezihlakazekile, ngiyabingelela.


Kodwa wabaqhweba ngesandla ukuthi bathule, wabalandisela ukuthi iNkosi imkhuphe njani entolongweni. Wathi: “Bikelani uJakobe nakubazalwane lokho.” Wasuka, waya kwenye indawo.


uMathewu loTomasi, uJakobe kaAlfewu, loSimoni othiwa nguZelote,


noAndreya, noFiliphu, noBartolomewu, noMathewu, noTomase, noJakobe ka-Alfewu, noThadewu, noSimoni umKhanani,


Sebengenile bakhuphukela ekamelweni eliphezulu, lapho kwakuhlala khona oPetru, noJakobe, noJohane, no-Andreya, noFiliphu, noTomase, noBartolomewu, noMathewu, noJakobe ka-Alfewu, noSimoni Zelote, uJuda umfowabo kaJakobe.


Wabikelwa ukuthi: “Unyoko nabafowenu bemi ngaphandle befuna ukukubona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite