Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseFilipi 3:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Kodwa lokho okwakuyinzuzo kimi ngakushaya indiva ngenxa kaKristu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kanti-ke lokho okwakuyinzuzo kimi ngakushaya indiva ngenxa kaKristu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kepha lokho okwakuyinzuzo kimi ngakushaya indiva ngenxa kaKhristu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa lokho okwakuyinzuzo kimi ngakushaya indiva ngenxa kaKristu.

Gade chapit la Kopi




KwabaseFilipi 3:7
20 Referans Kwoze  

Kanjalo-ke, noma ubani kini ongashiyi konke anakho, angebe ngumfundi wami.


Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?


Uma umuntu eza kimi, engazondi uyise, nonina, nomkakhe, nabantwana, nabafowabo, nawodadewabo, yebo, nokuphila kwakhe futhi, angebe ngumfundi wami.


Inkosi yamtusa umphathi ongalungile, ngokuba wenze ngokuhlakanipha; ngokuba abantwana balesi sikhathi bahlakaniphile esizukulwaneni sabo kunabantwana bokukhanya.


Sebesuthi, bawenza lula umkhumbi, baphonsa ukolweni olwandle.


wathi ukuthukwa kukaKristu kuyingcebo enkulu kunengcebo yaseGibithe, ngokuba wayebheke umvuzo.


Yasilahla ingubo yayo, yasukuma, yeza kuJesu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite