Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 2:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Ngakho-ke sifanele ukunakisisa kakhulu lokho esikuzwileyo, funa noma nini sishelele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngalokho kakhulu nga siqaphelisisa esikuzwileyo, funa mhlawumbe sikhukhulwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngakho-ke kufanele kakhulu ukuba sibambisisise lokho esikuzwileyo, funa siphambuke kukho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngakho-ke sifanele ukunakisisa kakhulu lokho esikuzwileyo, funa noma nini sishelele.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 2:1
25 Referans Kwoze  

Kodwa esemhlabathini omuhle, yilabo abathi belizwile izwi, baligcine ngenhliziyo enhle nelungileyo, bathele izithelo ngokubekezela.


Le ncwadi yesibili, bathandekayo, nginilobela yona manje; kukho kokubili engivusa ingqondo yenu ehlanzekileyo ngokunikhumbuza;


Ngaphezu kwalokho ngizakukhuthalela ukuba nibe-namandla njalo emva kokumuka kwami lezo zinto zikhunjulwe.


Senikhohliwe isiyalezo esikhuluma kini njengakubantwana sokuthi: Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, ungaphelelwa amandla, lapho usolwa yiyo;


Ninamehlo, aniboni na? Ninezindlebe anizwa na? anikhumbuli na?


Anikaqondi yini, futhi anikazikhumbuli izinkwa eziyisihlanu zezinkulungwane ezinhlanu nokuthi bangaki obhasikidi enabutha?


Bekani la mazwi endlebeni zenu, ngokuba iNdodana yomuntu iyakukhashelwa ezandleni zabantu.


Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite