Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 9:34 - Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Baphendula, bathi kuye: Wena wazalelwa ezonweni kanye, wena usifundisa yini? Basebemkhiphela phandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Baphendula, bathi kuye: “Wena wazalwa ezonweni ngokwempela, wena ufundisa thina na?” Base bemkhiphela phandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Baphendula, bathi kuyo: “Wena wazalelwa esonweni ngokupheleleyo, wena usufundisa thina na?” Base beyikhiphela ngaphandle kwesinagoge.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Baphendula, bathi kuye: Wena wazalelwa ezonweni kanye, wena usifundisa yini? Basebemkhiphela phandle.

Gade chapit la Kopi




Johane 9:34
34 Referans Kwoze  

Abazali bakhe bakusho lokho, ngokuba besaba abaJuda, ngokuba abaJuda base bevumelene ngokuthi, uma umuntu ovuma ukuthi unguKristu, akhishwe esinagogeni.


Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?


Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo ongamukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana kasoze angena kuwo.


Nokuba kungabikho muntu othenga noma athengise, kuphela onophawu, igama lesilo, noma isibalo segama laso.


Ngalobela ibandla, kodwa uDiyotrefe othanda ukuba mkhulu phakathi kwabo akasamukeli.


Ngokunjalo, nina basha, thobelani abadala. Yebo, nonke thobelani omunye komunye, nembathe ukuthobeka, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.


Esasihamba phakathi kwabo sonke ezikhathini ezidlule ngezinkanuko zenyama yethu, sifeza izinkanuko zenyama nezengqondo; futhi ngemvelo sasingabantwana bolaka njengabanye.


Thina esingabaJuda ngemvelo, singezona izoni kwabezizwe;


Kodwa uNkulunkulu uyabahlulela abangaphandle. Ngakho susani phakathi kwenu lowomuntu omubi.


Abanye kubaFarisi ababe naye bezwa lokho, bathi kuye: “Kanti nathi siyizimpumputhe na?


UJesu wezwa ukuthi bamkhiphele ngaphandle; kwathi esemtholile wathi kuye: Wena uyakholwa yini eNdodaneni kaNkulunkulu?


Nina nenza imisebenzi kayihlo. Basebesithi kuye: Thina kasizalwanga ngokuphinga; sinoBaba oyedwa, uNkulunkulu.


Bonke uBaba anginika bona bayakuza kimi; futhi ozayo kimi angisoze ngamlahlela phandle.


Ngokuba yilowo nalowo oziphakamisayo uyakuthotshiswa; lalowo ozithobayo uzaphakanyiswa.


Esinye sezazimthetho saphendula, sathi kuye: “Mfundisi, usho njalo uyasihlambalaza nathi.


Nibusisiwe, nxa abantu benizonda, nalapho benihlukanisa, benithuka, belahla igama lenu ngokungathi libi, ngenxa yeNdodana yomuntu.


Ngakho-ke, uma ngifika, ngiyakukhumbula imisebenzi yakhe ayenzayo, ekhuluma kabi ngathi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite