Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:43 - Baasraak Zulu New Testament Bible

43 Aniqondi ngani ukukhuluma kwami na? ngoba anikwazi ukuzwa izwi lami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Yini ukuba ningayizwisisi inkulumo yami na? Kungokuba aninakuzwa izwi lami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

43 Kwenziwa yini ukuba ningayizwisisi inkulumo yami na? Yingokuba anifuni ukuzwa izwi lami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Aniqondi ngani ukukhuluma kwami na? ngoba anikwazi ukuzwa izwi lami.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:43
18 Referans Kwoze  

Mina ngize egameni likaBaba, kepha aningamukeli; uma kuza omunye ngelakhe igama, niyamamukela yena.


Uma umuntu ethanda ukwenza intando yakhe, uzokwazi ngemfundiso ukuthi ivela kuNkulunkulu noma ngizikhulumela mina ngokwami.


Nina bantamo zilukhuni, abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni, nimelana njalo noMoya oNgcwele;


Ngakho abaningi kubafundi bakhe bekuzwa bathi: “Lilukhuni leli zwi; ngubani ongakuzwa na?


Abaqondanga ukuthi ukhuluma kubo ngoYise.


akakho oqondayo, akakho ofuna uNkulunkulu.


Ngoba inhliziyo yalababantu seyaba lukhuni, lendlebe zabo bezwa buthuntu, lamehlo abo bawacimezile; funa noma nini babone ngamehlo, bezwe ngezindlebe, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphulukise.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Isikhathi siyeza, sesikhona namanje, lapho abafileyo beyakulizwa izwi leNdodana kaNkulunkulu, abezwayo bayakuphila.


Bamphendula bathi: “Siyinzalo ka-Abrahama, asizange sibe yizigqila zamuntu; usho kanjani ukuthi: Niyakukhululwa na?


Baphendula, bathi kuye: Ubaba wethu uAbrahama. UJesu wathi kubo: Uma ningabantwana baka-Abrahama, benizokwenza imisebenzi ka-Abrahama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite