Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:15 - Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Nina nahlulela ngokwenyama; mina angihluleli muntu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Nina nahlulela ngokwenyama, kepha mina angahluleli muntu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Nina nahlulela ngokwenyama, kodwa Mina angehluleli muntu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Nina nahlulela ngokwenyama; mina angihluleli muntu.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:15
17 Referans Kwoze  

Uma umuntu ezwa amazwi ami, engawakholwa, angimahluleli;


Ningahluleli ngokubonakala, kodwa yahlulelani ukwahlulela okulungileyo.


Ngoba uNkulunkulu kayithumanga iNdodana yakhe emhlabeni ukuthi ilahle umhlaba; kodwa ukuze umhlaba usindiswe ngaye.


UJesu waphendula wathi: “Umbuso wami awusiwo owaleli zwe.


Kepha ongowomoya uhlola zonke izinto, kepha yena akahlolwa ngumuntu.


Ngakho awunakuzilandulela, wena muntu, noma ungubani owahlulelayo; ngokuba ngalokho owahlulela ngakho omunye, uyazilahla wena; ngoba wena owahlulelayo uyakwenza okufanayo.


Wathi: Kakho, Nkosi. UJesu wathi kuye: “Nami angikulahli; hamba, ungabe usona.”


Ngakho anibandlululi yini, naze naba ngabahluleli bemicabango emibi na?


Wasesithi kuye: Ndoda, ngubani ongibeke umahluleli lomahlukanisi phezu kwenu?


Ngakho-ke kusukela manje asisazi muntu ngokwenyama; yebo, noma sesimazi uKristu ngokwenyama, nokho kusukela manje asisamazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite