Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 7:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Kepha abafowabo sebenyukile, naye wenyuka waya emkhosini, kungesobala kodwa kungathi ngasese.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Sebenyukele emkhosini abafowabo, naye-ke wenyuka, kungesobala kepha kungathi kungasese.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kepha lapho abafowabo sebenyukele emkhosini, naye-ke wenyuka, hhayi ngokusobala kodwa isinyenyela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kepha abafowabo sebenyukile, naye wenyuka waya emkhosini, kungesobala kodwa kungathi ngasese.

Gade chapit la Kopi




Johane 7:10
13 Referans Kwoze  

Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.


Kodwa kwathi ukuphelela kwesikhathi sekufikile, uNkulunkulu wathuma iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazana, yazalwa ngaphansi komthetho.


Ngakho uJesu akabange esahamba obala phakathi kwabaJuda; kepha wamuka lapho, waya ezweni eliseduze nehlane emzini othiwa i-Efrayimi, wahlala khona nabafundi bakhe.


Ngokuba nabafowabo babengakholwa kuye.


Base bethi kuye abafowabo: “Muka lapha, uye eJudiya, ukuze nabafundi bakho babone imisebenzi oyenzayo.


UJesu waphendula wathi kuye: Vuma kalokhu, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke. Wase emvumela.


Esakhuluma nesixuku, bheka, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.


Kwathi abangabakhe bekuzwa baphuma ukuyombamba, ngokuba bathi: Uyahlanya.


Eseshilo lokho kubo wahlala eGalile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite