Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:9 - Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali eziyisihlanu nezinhlanzana ezimbili;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali* eziyisihlanu nezinhlanzana ezimbili; kepha kuyini lokho kwabaningi kangaka na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 “Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili, kodwa kuyini lokhu kubantu abaningi kangaka na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali eziyisihlanu nezinhlanzana ezimbili;

Gade chapit la Kopi




Johane 6:9
24 Referans Kwoze  

Kodwa wathi kubo: Bapheni lina ukudla. Base bethi: “Asisenazinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili; ngaphandle kokuthi sihambe sibathengele bonke lababantu inyama.


Wathi kubo: Zingaki izinkwa eninazo? hambani nibone. Sebekwazi bathi: Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.


Bathi kuye: Sinazo lapha kuphela izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili.


Anikaqondi yini, futhi anikazikhumbuli izinkwa eziyisihlanu zezinkulungwane ezinhlanu nokuthi bangaki obhasikidi enabutha?


Mhla ngihlephula izinkwa eziyisihlanu kwabayizinkulungwane eziyisihlanu, nabutha iziqabetho ezingaki ezigcwele imvuthuluka na? Bathi kuye: “Ishumi nambili.”


Ngokuba niyawazi umusa weNkosi yethu uJesu Kristu, ukuthi nakuba ecebile waba mpofu ngenxa yenu, ukuze ngobumpofu bakhe nina nicebe.


Ngase ngizwa izwi phakathi kwezidalwa ezine eziphilayo, lithi: “Imbenge kakolweni ngodenariyu, neziseya ezintathu zebhali ngodenariyu; futhi ungawoni amafutha newayini.


Kwathi uMariya efika lapho uJesu ekhona, embona, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wathi kuye: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.


UMarta wayesethi kuJesu: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.


UFiliphu wamphendula wathi: Izinkwa zabodenariyo abangamakhulu amabili azibanele, ukuthi yilowo nalowo athathe okuyingcosana.


UJesu wathatha izinkwa; esebongile wababela ababehlezi phansi; kanjalo nezinhlanzi ngokuthanda kwabo.


Khona sebefikile emhlabathini, babona umlilo wamalahle, nezinhlanzi kubekwe kuwo, nesinkwa.


UJesu wathi kubo: Lethani izinhlanzi enizibambe manje.


UJesu wayesesiza, wathatha isinkwa, wabanika, nezinhlanzi ngokunjalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite