Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:24 - Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kwathi ixuku selibonile ukuthi uJesu labafundi bakhe kakho lapho, labafundi bakhe bangena emikhunjini, beza eKapenawume befuna uJesu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 isixuku sathi ukubona ukuthi uJesu akakho lapho nabafundi bakhe, sangena emikhunjaneni, naso saya eKapernawume sifuna uJesu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Ngakho-ke lapho isixuku sibona ukuthi uJesu nabafundi bakhe abekho lapho, sangena ezikebheni, saya eKhapernawume siyofuna uJesu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kwathi ixuku selibonile ukuthi uJesu labafundi bakhe kakho lapho, labafundi bakhe bangena emikhunjini, beza eKapenawume befuna uJesu.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:24
11 Referans Kwoze  

Bangena emkhunjini, bawela ulwandle ngaseKapernawume. Kwasekumnyama, uJesu engakafiki kubo.


Sebemtholile bathi kuye: Bonke bayakufuna.


UJesu wathi kuye: “Mame, ukhalelani na? ufuna bani? Yena ecabanga ukuthi ngumphathi wensimu, wathi kuye: “Nkosi, uma umsusile, ngitshele lapho ombeke khona, mina ngiyakumsusa;


AmaJuda amdinga emkhosini, athi: Ungaphi yena?


Lokho wakukhuluma esinagogeni efundisa eKapernawume.


(Kepha kwafika eminye imikhumbi evela eTiberiya eduze nendawo lapho ababedle khona isinkwa, ngemva kokuba iNkosi ibongile.)


Kwathi ekubuyeni kukaJesu, isixuku samamukela ngokuthokoza, ngokuba bonke babemlindele.


Sebewelile bafika ezweni laseGenesaretha, bamisa ogwini.


Sebewelile, bafika ezweni laseGenesaretha.


UJesu wabaphendula wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Aningifuni ngokuba nabona izibonakaliso, kodwa ngokuba nadla izinkwa nasutha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite