Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:19 - Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Sebegwedlile kungathi amastadiyu angamashumi amabili nanhlanu noma amashumi amathathu, babona uJesu ehamba phezu kolwandle, esondela emkhunjini;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Khona sebegwedlile kungathi amastadiyu* angamashumi amabili nanhlanu noma amashumi amathathu, babona uJesu ehamba phezu kolwandle, esondela emkhunjini; bethuka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Kuthe sebegwedle ibanga elingaba ngamastadiyu angama-25 noma angama-30, bambona uJesu ehamba phezu kolwandle esondela esikebheni, besaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Sebegwedlile kungathi amastadiyu angamashumi amabili nanhlanu noma amashumi amathathu, babona uJesu ehamba phezu kolwandle, esondela emkhunjini;

Gade chapit la Kopi




Johane 6:19
16 Referans Kwoze  

Angiyikunishiya niyizintandane; ngiyakuza kini.


Umuzi wawunezinhlangothi ezine ezilinganayo, ubude bawo bungangobubanzi bawo; walinganisa umuzi ngohlanga, amastadiyu ayizinkulungwane eziyishumi nambili. ubude nobubanzi nokuphakama kwawo kuyalingana.


Isikhamo sanyathelwa ngaphandle komuzi, kwaphuma igazi esikhamweni sewayini laze lafika ematomini amahhashi, lihamba amastadiyu ayinkulungwane namakhulu ayisithupha.


IBethaniya laliseduze neJerusalema, kungaba amastadiyu ayishumi nanhlanu.


Bheka, ababili babo babehamba ngalona lolo suku, beya emzaneni othiwa i-Emawuse, ukude neJerusalema amastadiyu angamashumi ayisithupha.


Kwathi eseza, idimoni layiwisela phansi, layihlukumeza kakhulu. UJesu wamkhuza umoya ongcolileyo, wamphulukisa umntwana, wambuyisela kuyise.


Kwase kuvuka ulwandle ngenxa yokuvunguza komoya omkhulu.


Kodwa wathi kubo: Yimi; ningesabi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite