Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 5:46 - Baasraak Zulu New Testament Bible

46 Ngokuba uma benikholwa nguMose, beniyakukholwa yimi, ngokuba yena waloba ngami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Ngokuba uma benikholwa nguMose, beniyakukholwa yimina, ngokuba yena waloba ngami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

46 Ngokuba uma benikholwa nguMose, beniyakukholwa yiMina, ngokuba yena wabhala ngami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

46 Ngokuba uma benikholwa nguMose, beniyakukholwa yimi, ngokuba yena waloba ngami.

Gade chapit la Kopi




Johane 5:46
21 Referans Kwoze  

UFiliphu wafumana uNathanayeli, wathi kuye: “Simfumene lowo aloba ngaye emthethweni uMose kanye nabaprofethi, uJesu waseNazaretha, indodana kaJosefa.


Eqala kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


Ngakho-ke sengizuze usizo lukaNkulunkulu, ngimi kuze kube yilolu suku, ngifakaza kwabancane nabakhulu, ngingakhulumi okunye ngaphandle kwalokho abakushilo abaprofethi noMose ukuthi kuyakwenzeka;


Ngakho-ke umthetho waba ngumfundisi wethu wokusiyisa kuKristu, ukuze silungisiswe ngokukholwa.


UKristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho, esenziwe isiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Uqalekisiwe wonke olenga emthini;


Ngokuba bonke abemisebenzi yomthetho baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangahlali kukho konke okulotshiweyo encwadini yomthetho, ukuba bakwenze.


Ngokuba ngomthetho mina ngafa kuwo umthetho, ukuze ngiphile kuNkulunkulu.


Ngokuba uKristu uyisiphetho somthetho kube ngukulunga kubo bonke abakholwayo.


Kepha uma ningakholwa yimibhalo yakhe, niyakukholwa kanjani amazwi ami na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite