Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 5:22 - Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Ngokuba uYise akahluleli muntu, kepha ukunikile iNdodana konke ukwahlulela;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngokuba noYise kahluleli muntu; ukunike iNdodana konke ukwahlulela

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Ngokuba noYise akehluleli muntu, kodwa igunya lonke lokwehlulela ulinike iNdodana,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngokuba uYise akahluleli muntu, kepha ukunikile iNdodana konke ukwahlulela;

Gade chapit la Kopi




Johane 5:22
23 Referans Kwoze  

Uyinikile amandla okwahlulela, ngokuba iyiNdodana yomuntu.


Ngokuba umisile usuku, ayokwahlulela ngalo izwe ngokulunga ngalowo muntu ammisile; enike bonke isiqinisekiso ngokumvusa kwabafileyo.


Ngokuba sonke simelwe ukubonakala phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKristu; ukuze yilowo nalowo amukele izinto ezenziwe ngomzimba wakhe, njengalokho akwenzileyo, noma kuhle noma kubi.


UJesu wasondela wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla onke ezulwini nasemhlabeni.


Wasiyala ukuba sishumayele kubantu, sifakaze ukuthi nguye omiswe nguNkulunkulu ukuba abe nguMahluleli wabaphilayo nabafileyo.


UJesu wasesithi: Mina ngizele ukwahlulela kulumhlaba, ukuze abangaboniyo babone; nokuthi ababonayo babe yizimpumputhe.


Ngakho ngiyakuyala phambi kukaNkulunkulu neNkosi uJesu Kristu ozakwahlulela abaphilayo nabafileyo ngokubonakala kwakhe nombuso wakhe;


Ngosuku uNkulunkulu azakwahlulela ngalo izimfihlo zabantu ngoJesu Khristu ngokwevangeli lami.


njengalokhu uyiphile amandla phezu kwenyama yonke, ukuze bonke omnike yona, ibaphe ukuphila okuphakade.


abayakulandisa kuye olungele ukwahlulela abaphilayo nabafileyo.


Ngokuba iNdodana yomuntu iyakuza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi zayo; khona-ke iyakuvuza yilowo nalowo ngesenzo sakhe.


UYise uyayithanda iNdodana, njalo unikele zonke izinto esandleni sayo.


Zonke izinto zinikelwe kimi nguBaba; akakho owazi iNdodana, kuphela uBaba; kakho futhi omaziyo uYise, ngaphandle kweNdodana, njalo loba ngubani iNdodana ethanda ukumambulela kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite