Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 3:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Lokho okuzelwe yinyama kuyinyama; nalokho okuzelwe nguMoya kungumoya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Lokho okuzelwe yinyama kuyinyama; nalokho okuzelwe nguMoya kungumoya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Lokho okuzelwe ngokwenyama kuyinyama; nalokho okuzelwe nguMoya, kungumoya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Lokho okuzelwe yinyama kuyinyama; nalokho okuzelwe nguMoya kungumoya.

Gade chapit la Kopi




Johane 3:6
25 Referans Kwoze  

Ngakho uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; bheka, sekuvele okusha.


Wonke ozelwe nguNkulunkulu akenzi isono; ngokuba imbewu yakhe ihlezi kuye, angoni, ngokuba uzelwe nguNkulunkulu.


Kepha ohlanganiswe neNkosi ungumoya munye.


Ngokuba ngiyazi ukuthi kimi, okungukuthi enyameni yami, akuhlali okuhle, ngokuba ukuthanda kukhona kimi; kodwa ukwenza okuhle kangikutholi.


Ngokuba uma niphila ngokwenyama, nizakufa; kepha uma nibulala imisebenzi yomzimba ngoMoya, nizakuphila.


Esasihamba phakathi kwabo sonke ezikhathini ezidlule ngezinkanuko zenyama yethu, sifeza izinkanuko zenyama nezengqondo; futhi ngemvelo sasingabantwana bolaka njengabanye.


Enisokwa kuye futhi ngokusoka okwenziwa ngaphandle kwezandla, ngokukhumula umzimba wezono zenyama ngokusoka kukaKristu.


AbakaKristu babethele esiphambanweni inyama kanye nokuhuheka nezinkanuko.


Abazalwa kungengagazi, noma ngentando yenyama, noma ngentando yomuntu, kodwa nguNkulunkulu.


Ngokuba lapho sisenyameni, inkanuko yezono eyayingokomthetho yasebenza ezithweni zethu ukuba sithelele ukufa isithelo.


Ngiyambonga uNkulunkulu ngoJesu Kristu iNkosi yethu. Ngakho-ke mina ngokwami ngikhonza umthetho kaNkulunkulu ngengqondo; kodwa ngenyama umthetho wesono.


Ungamangali ngokuba ngithe kuwe: Nimelwe ukuzalwa ngokusha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite