Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 2:14 - Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Wafumana ethempelini abathengisa ngezinkomo nezimvu namajuba, nabashintshi bemali behlezi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wafumana ethempelini abathengisa ngezinkomo nangezimvu nangamajuba, nabahlezi beshintsha imali.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Wafumana ethempelini ababethengisa ngezinkomo, ngezimvu nangamajuba, abanye behlezi beshintsha imali.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wafumana ethempelini abathengisa ngezinkomo nezimvu namajuba, nabashintshi bemali behlezi.

Gade chapit la Kopi




Johane 2:14
8 Referans Kwoze  

Bafika eJerusalema; uJesu wangena ethempelini, waqala ukuxosha ababethengisa nababethenga ethempelini, wagumbuqela amatafula abashintshela imali, nezihlalo zabathengisa ngamajuba;


Wafundisa, wathi kubo: “Akulotshiwe yini ukuthi: ‘Indlu yami iyakubizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka yezizwe zonke’? kepha nina niyenze umhume wabaphangi.


Esenzile isiswepu sezintambo, wabaxosha bonke ethempelini, nezimvu, nezinkomo; wayichitha imali yabashintshi, wagumbuqela amatafula;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite