Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 2:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Wathi kuye: Wonke umuntu ubeka iwayini elimnandi kuqala; kuthi lapho sebephuzile, kudlule elibi, kepha wena ugcinile elimnandi kuze kube manje.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Wonke umuntu ubeka iwayini elimnandi kuqala, kuthi lapha sebephuze kakhulu, akhiphe elibi kunalo; wena ugcinile elimnandi kuze kube manje.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Wathi kuye: “Wonke umuntu ukhipha iwayini elimnandi kuqala, kuthi uma abantu sebephuze kakhulu, akhiphe elibi, kodwa wena ugcine iwayini elimnandi kuze kube manje.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wathi kuye: Wonke umuntu ubeka iwayini elimnandi kuqala; kuthi lapho sebephuzile, kudlule elibi, kepha wena ugcinile elimnandi kuze kube manje.

Gade chapit la Kopi




Johane 2:10
15 Referans Kwoze  

Kepha u-Abrahama wathi: “Ndodana, khumbula ukuthi wamukela okuhle kwakho usesekuphileni, noLazaru ngokunjalo nokubi;


uyakuqala ukushaya izinceku kanye naye, nokudla nokuphuza nezidakwa;


Kodwa uba leyonceku ithi enhliziyweni yayo: Inkosi yami ilibele ukuza; aqale ukushaya izinceku nezincekukazi, nokudla, nokuphuza, nokudakwa;


Ngokuba laba abadakiwe njengokucabanga kwenu, lokhu kuseyihora lesithathu lemini.


Ngokuba ekudleni yilowo nalowo uphatha owakhe isidlo kuqala, omunye ulambile, omunye udakiwe.


Futhi ningadakwa yiwayini, lapho kukhona ukuganga; kodwa gcwaliswani ngoMoya;


Ngokuba abalalayo balala ebusuku; nabadakwayo badakwa ebusuku.


amakhosi omhlaba aphinge nayo, nabakhileyo emhlabeni badakwa ngewayini lobufebe bayo.


Ngabona owesifazane edakwe yigazi labangcwele, negazi labafakazi bakaJesu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite