Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Khona uPilatu wamthatha uJesu, wambhaxabula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UPilatu wayesemthatha uJesu, wamshaya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 UPilatu wayesemthatha uJesu, wambhaxabula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Khona uPilatu wamthatha uJesu, wambhaxabula.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:1
16 Referans Kwoze  

Bazamnikela kwabezizwe ukuthi baklolodelwe, babhaxabule, bambethele esiphambanweni, njalo ngosuku lwesithathu izabuya ivuke.


Ngakho-ke ngiyakumshaya, ngimkhulule.


bayakuyishaya, bayibulale, kepha ngosuku lwesithathu izakuvuka.


Base beqinisa amazwi amakhulu befuna ukuba abethelwe. Futhi amazwi abo nawabapristi abakhulu aphumelela.


Ngakho-ke, bhekani, mina ngithumela kini abaprofethi, nabahlakaniphileyo, nababhali; abanye kubo niyakubashaya emasinagogeni enu, nibazingele imizi ngemizi;


yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.


Abanye balingwa ngokuhlekwa ngonya nangokubhaxabulwa, yebo, nangezibopho nokuboshwa;


KubaJuda ngathola kahlanu imivimbo engamashumi amane kushiya owodwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite