Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:54 - Baasraak Zulu New Testament Bible

54 Ngakho uJesu akabange esahamba obala phakathi kwabaJuda; kepha wamuka lapho, waya ezweni eliseduze nehlane emzini othiwa i-Efrayimi, wahlala khona nabafundi bakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 Ngakho uJesu kabuyange esahamba obala phakathi kwabaJuda, kepha wamuka lapho, waya ezweni eliseduze nehlane emzini othiwa i-Efrayimi; wahlala khona nabafundi bakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

54 Ngakho-ke uJesu akabange esahamba obala phakathi kwabaJuda, kodwa wasuka lapho waya ezweni eliseduze nogwadule, emzini okuthiwa yi-Efrayimi. Wahlala lapho nabafundi bakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Ngakho uJesu akabange esahamba obala phakathi kwabaJuda; kepha wamuka lapho, waya ezweni eliseduze nehlane emzini othiwa i-Efrayimi, wahlala khona nabafundi bakhe.

Gade chapit la Kopi




Johane 11:54
9 Referans Kwoze  

Emva kwalokho uJesu wahambahamba eGalile, ngokuba wayengathandi ukuhamba eJudiya, ngokuba abaJuda babefuna ukumbulala.


Ngokuba akakho owenza utho ekusithekeni, yena ngokwakhe efuna ukwaziwa obala. Uma wenza lezizinto, zibonakalise emhlabeni.


UJesu wamphendula wathi: “Ngikhulume obala emhlabeni; Bengihlala ngifundisa esinagogeni nasethempelini, lapho abaJuda bebuthana khona njalo; futhi ngasese angikhulumanga lutho.


Wabuye wamuka waya phesheya kweJordani, endaweni uJohane ayebhapathiza kuyo kuqala; wahlala khona.


Kepha kwakungekho muntu owakhuluma ngaye obala ngokwesaba abaJuda.


Kepha abafowabo sebenyukile, naye wenyuka waya emkhosini, kungesobala kodwa kungathi ngasese.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite