Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:51 - Baasraak Zulu New Testament Bible

51 Akakhulumanga lokho ngokwakhe, kepha engumpristi omkhulu walowo mnyaka, waprofetha ukuthi uJesu uzakusifela leso sizwe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Lokho kakushongo ngokwakhe, kodwa engumpristi omkhulu walowo mnyaka waprofetha ukuba uJesu wayezakufa ngenxa yesizwe;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

51 Lokho ayekukhuluma kwakungaveli kuye, kodwa ngenxa yokuba wayengumphristi omkhulu ngalowo nyaka, wayephrofetha ngokufa uJesu azakufa ngakho, efela isizwe;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Akakhulumanga lokho ngokwakhe, kepha engumpristi omkhulu walowo mnyaka, waprofetha ukuthi uJesu uzakusifela leso sizwe;

Gade chapit la Kopi




Johane 11:51
23 Referans Kwoze  

Ngokuba yena ongasazi isono wamenza isono esikhundleni sethu; ukuze senziwe ukulunga kukaNkulunkulu kuye.


UKristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho, esenziwe isiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Uqalekisiwe wonke olenga emthini;


Noma nginesiphiwo sokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke; noma nginokukholwa konke, ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha ngingenalo uthando, angiyinto yalutho.


Njengokuba uBaba uyangazi, nami ngiyamazi uBaba, futhi ngidela ukuphila kwami ngenxa yezimvu.


njengalokhu iNdodana yomuntu ingezanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza, nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.


Ngokuba noKristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuze asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni, kodwa ephiliswa ngoMoya;


yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.


Omunye wabo, uKayafase igama lakhe, engumpristi omkhulu ngalowo mnyaka, wathi kubo: Anazi lutho nina.


Bamyisa ku-Anase kuqala; ngokuba wayenguyisezala kaKayafase owayengumpristi omkhulu ngalowo mnyaka.


yena uyinhlawulo yezono zethu, kungengezethu zodwa, kodwa nezono zezwe lonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite