Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 10:35 - Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Uma wababiza ngokuthi ngonkulunkulu, okwafika kubo izwi likaNkulunkulu, nombhalo ungeqiwe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Uma wathi bangonkulunkulu bona eleza kubo izwi likaNkulunkulu – nombhalo ungeqiwe –

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Uma athi bangonkulunkulu, labo izwi lakhe elafika kubo, nombhalo ungechithwe,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Uma wababiza ngokuthi ngonkulunkulu, okwafika kubo izwi likaNkulunkulu, nombhalo ungeqiwe;

Gade chapit la Kopi




Johane 10:35
27 Referans Kwoze  

Kuyakudlula izulu nomhlaba, kepha amazwi ami awasoze adlula.


Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso; Ngoba awekho amandla ngaphandle kukaNkulunkulu: amandla akhona amiswe nguNkulunkulu.


Kepha kulula ukuba kudlule izulu nomhlaba kunokuba kuphele ichashana elilodwa lomlayo.


Madoda, bazalwane, kwakumele ukuba kugcwaliseke lombhalo uMoya oNgcwele owakhuluma ngaphambili ngomlomo kaDavida ngoJudasi owayengumkhokheli walabo abambamba uJesu.


Ambethela, abelana izingubo zakhe, enzelana inkatho, ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi: “Babelana izingubo zami, benza inkatho yokuphosa ngesambatho sami.


Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Kuze kudlule izulu nomhlaba, akusoze kwadlula gamana linye nasicashana sinye somthetho, kuze kufezeke konke.


Emva kwalokho uJesu ekwazi ukuthi zonke izinto seziphelile, ukuze kugcwaliseke umbhalo, wathi: Ngomile.


UJesu wabaphendula wathi: Kakulotshiwe yini emthethweni wenu ukuthi: Mina ngathi: Lingonkulunkulu?


Nina nisho ngaye uBaba amngcwelisayo, wamthuma ezweni, ukuthi: Uyahlambalaza; ngoba ngithe: Mina ngiyiNdodana kaNkulunkulu?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite