Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 10:29 - Baasraak Zulu New Testament Bible

29 UBaba onginike zona mkhulu kunabo bonke; futhi akakho ongazihlwitha esandleni sikaBaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 UBaba onginikileyo mkhulu kunabo bonke; akakho ongazihlwitha esandleni sikaBaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 UBaba onginike zona mkhulu kunabo bonke; akakho ongazihlwitha esandleni sikaBaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 UBaba onginike zona mkhulu kunabo bonke; futhi akakho ongazihlwitha esandleni sikaBaba.

Gade chapit la Kopi




Johane 10:29
12 Referans Kwoze  

Bonke uBaba anginika bona bayakuza kimi; futhi ozayo kimi angisoze ngamlahlela phandle.


Ngiyabakhulekela bona; angikhulekeli izwe, kodwa labo onginike bona; ngoba bangabakho.


njengalokhu uyiphile amandla phezu kwenyama yonke, ukuze bonke omnike yona, ibaphe ukuphila okuphakade.


Nizwile ukuthi ngithe kini: Ngiyamuka, futhi ngibuye ngize kini. Uma beningithanda, beniyakujabula, ngokuba ngithé: Ngiya kuBaba, ngokuba uBaba mkhulu kunami.


Ngilibonakalisile igama lakho kubantu onginike bona kwabasezweni; babengabakho, wangipha bona; baligcinile izwi lakho.


Kalokhu angisekho ezweni, kepha bona basezweni, mina ngiza kuwe. Baba oNgcwele, bagcine egameni lakho labo onginike bona, ukuze babe munye, njengathi.


Mina ngizinika ukuphila okuphakade; azisoze zabhubha naphakade, akakho ongazihlwitha esandleni sami.


Mina noBaba simunye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite