Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 1:40 - Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Omunye wababili abezwa uJohane ekhuluma bamlandela wayengu-Andreya umfowabo kaSimoni Petru.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Omunye walabo ababili abamuzwa uJohane balandela uJesu wayengu-Andreya umfowabo kaSimoni Petru;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 U-Andreya, umfowabo kaSimoni Phethro, wayengomunye walabo ababili abathi ukumuzwa uJohane, bamlandela uJesu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Omunye wababili abezwa uJohane ekhuluma bamlandela wayengu-Andreya umfowabo kaSimoni Petru.

Gade chapit la Kopi




Johane 1:40
11 Referans Kwoze  

Amagama abaphostoli abayishumi nambili yilawa; owokuqala nguSimoni othiwa uPetro, loAndreya umfowabo; uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo;


Sebengenile bakhuphukela ekamelweni eliphezulu, lapho kwakuhlala khona oPetru, noJakobe, noJohane, no-Andreya, noFiliphu, noTomase, noBartolomewu, noMathewu, noJakobe ka-Alfewu, noSimoni Zelote, uJuda umfowabo kaJakobe.


Omunye wabafundi bakhe, u-Andreya umfowabo kaSimoni Petru, wathi kuye:


Kwathi isixuku simcindezela ukuba sizwe izwi likaNkulunkulu, wayemi ngaselwandle lwaseGenesaretha.


Wathi kubo: Wozani nibone. Beza babona lapho ehlala khona, bahlala naye lolo suku, ngokuba kwakungaba yihora leshumi.


UJesu wayesemenyiwe kanye nabafundi bakhe emshadweni.


Ngakho abafundi bakhulumisana besithi: Kambe ukhona omlethele ukudla?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite