Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 9:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible

8 USawuli wasesukuma emhlabathini; esevulile amehlo akhe, akabonanga muntu, kepha bamhola ngesandla, bamyisa eDamaseku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 USawulu wayesevuka phansi; kepha esevulile amehlo akhe, kabonanga lutho. Base bembamba ngesandla, bamyisa eDamaseku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 USawula wayesevuka phansi, kepha kuthe evula amehlo akaze abona lutho. Base bembamba ngesandla, bamyisa eDamaseku.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 USawuli wasesukuma emhlabathini; esevulile amehlo akhe, akabonanga muntu, kepha bamhola ngesandla, bamyisa eDamaseku.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 9:8
10 Referans Kwoze  

Kwathi ngingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngesandla sababe nami, ngafika eDamaseku.


Kwawa masinyane emehlweni akhe kungathi izinkwethu, wabuye wabona, wasukuma, wabhapathizwa.


Manje bheka, isandla seNkosi siphezu kwakho, uyakuba yimpumputhe, ungaliboni ilanga isikhathi. Kwahle kwehlelwa yinkungu nobumnyama phezu kwakhe; wasezulazula efuna abangamhola ngesandla.


Waba yizinsuku ezintathu engaboni, engadli, engaphuzi.


EDamaseku umbusi wenkosi u-Aretha wayelinda umuzi wamaDamaseku efuna ukungibamba;


Angenyukelanga futhi eJerusalema kubo ababengabaphostoli ngaphambi kwami; kepha ngaya e-Arabiya, ngabuye ngabuyela eDamaseku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite