Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 9:43 - Baasraak Zulu New Testament Bible

43 Kwathi wahlala izinsuku eziningi eJopha noSimoni othile, umshuki.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Wayesehlala izinsuku eziningi eJopha kwaSimoni umshuki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

43 Wayesehlala izinsuku eziningi eJopha kwaSimoni, umshuki wezikhumba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Kwathi wahlala izinsuku eziningi eJopha noSimoni othile, umshuki.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 9:43
12 Referans Kwoze  

yena ungenisile kaSimoni othile, umtshuki wezikhumba, ondlu yakhe ingaselwandle;


Ngakho thumela eJopha, ubize uSimoni othiwa uPetro; ungenisile endlini kaSimoni umtshuki wezikhumba ngaselwandle;


Ngokuba iLida laliseduze neJopha, nabafundi bezwile ukuthi uPetru ukhona, bathuma kuye amadoda amabili, bemcela ukuba angalibali ukuza kubo.


Kwase kwaziwa kuyo yonke iJopha; abaningi bakholwa yiNkosi.


Manje thuma amadoda eJopha, ubize uSimoni othiwa futhi uPetru;


Esebalandisile zonke lezo zinto, wabathuma eJopha.


Yasibikela ukuthi yayibone ingelosi endlini yayo imi, yathi kuye: ‘Thuma amadoda eJopha, ubize uSimoni othiwa uPetru;


Kwathi ngisaqala ukukhuluma, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo, njengalokhu wehlela kithi ekuqaleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite