Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 9:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Wawa phansi, wezwa izwi lithi kuye: “Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wawa phansi emhlabathini, wezwa izwi lithi kuye: “Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? Kulukhuni kuwe ukukhahlela ezinkandini.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wawela phansi emhlabathini, wezwa izwi lithi kuye: “Sawula, Sawula, ungihluphelani na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wawa phansi, wezwa izwi lithi kuye: “Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na?

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 9:4
22 Referans Kwoze  

Ngokuba njengalokhu umzimba umunye, kepha unezitho eziningi, nezitho zonke zalowo mzimba munye, nakuba ziziningi, zingumzimba munye, unjalo noKristu.


Ngakho bheka ububele nobukhali bukaNkulunkulu: ubukhali kulabo abawayo; kodwa kuwe ububele, uma uqhubeka ebuhleni bakhe;


Ngokuba singamalungu omzimba wakhe, awenyama yakhe, singamathambo akhe.


Ngokuba ngubani okwenza uhluke komunye na? futhi yini onayo ongayamukelanga? manje uma wamukele, uzibongelani kungathi awukayamukeliswanga na?


Sebedlile uJesu wathi kuSimoni Petru: Simoni kaJona, uyangithanda kunalaba na? Wathi kuye: Yebo, Nkosi; uyazi ukuthi ngiyakuthanda. Wathi kuye: Dlisa amawundlu ami.


Inkosi iyakuphendula, ithi kubo: Ngiqinisile ngithi kini: Njengoba nikwenzile komunye walaba bafowethu abancane, nikwenzile nakimi.


UJesu wathi kuye: Mariya. Waphenduka, wathi kuye: Raboni; okungukuthi: Mfundisi.


Khona esho kubo ukuthi: “Nginguye,” bahlehla nyovane, bawa phansi.


Jesu a araba, a re ho yena: Maretha, Maretha, o itshwenya, o tshwenyehile ka tse ngata;


Wayesewa phansi masinyane ngasezinyaweni zakhe, waphela; zangena izinsizwa, zamfumana efile, zamkhiphela phandle, zammbela eduze kwendoda yakhe.


Wasesithi: Ungubani, Nkosi? INkosi yasisithi: Mina nginguJesu omzingelayo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite