Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 7:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Wathi kuye: “Phuma ezweni lakini nasezihlotsheni zakho, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 wathi kuye: ‘Phuma ezweni lakini nasezihlotsheni zakho, uye ezweni engizakukukhombisa lona.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 wathi kuye: ‘Phuma ezweni lakini nasezihlotsheni zakho, uye ezweni engizakukhombisa lona.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wathi kuye: “Phuma ezweni lakini nasezihlotsheni zakho, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 7:3
11 Referans Kwoze  

Ngokukholwa u-Abrahama walalela ebizwa ukuba aphume, aye endaweni abezakuyamukeliswa ibe yifa; waphuma engazi lapho eya khona.


Ngalokho phumani phakathi kwabo, nahlukane nabo, isho iNkosi, ningathinti okungcolileyo; futhi ngizokwamukela,


Kanjalo-ke, noma ubani kini ongashiyi konke anakho, angebe ngumfundi wami.


Othanda uyise noma unina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele.


Wayesephuma ezweni lamaKaledi, wahlala eHarana; kwathi esefile uyise wamyisa kuleli zwe enihlala kulo manje.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite