Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 6:10 - Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Kodwa babengelakho ukumelana lokuhlakanipha loMoya ayekhuluma ngaye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 kepha babengenamandla okumelana nokuhlakanipha noMoya ayekhuluma ngakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kepha abakwazanga ukumelana nokuhlakanipha noMoya ayekhuluma ngakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kodwa babengelakho ukumelana lokuhlakanipha loMoya ayekhuluma ngaye.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 6:10
18 Referans Kwoze  

Ngokuba ngiyakuninika umlomo nokuhlakanipha, abangayikuphika noma ukumelana nabo bonke abamelene nani.


nokukhuluma kwami nokushumayela kwami akubanga ngamazwi okuhlakanipha ahungayo, kepha kwaba ngesibonakaliso sikaMoya namandla;


Izikhonzi zaphendula zathi: Kakuzange kukhulume muntu njengalo.


Iyakuhamba phambi kwayo emoyeni nangamandla ka-Eliya ukuphendulela izinhliziyo zawoyise kubantwana, nabangalaleliyo ekuhlakanipheni kwabalungileyo; ukulungisa isizwe esilungiselwe iNkosi.


Nina bantamo zilukhuni, abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni, nimelana njalo noMoya oNgcwele;


Kepha uma kuvela kuNkulunkulu, anikwazi ukukuchitha; funa nifunyanwe ningabalwa noNkulunkulu.


Kwasekusukuma abathile besinagoge elithiwa elabaKhululwa, nabaseKhurene, nabase-Aleksandriya, nabavela eKhilikhiya nase-Asiya, baphikisana noStefanu;


Khona bakhohlisa amadoda athi: Simzwile ekhuluma amazwi enhlamba ngoMozisi langoNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite