Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 5:38 - Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Manje ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli cebo nalo msebenzi ungowabantu, uyachitheka;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Manje-ke ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli su nalo msebenzi kuvela kubantu, kuyakuchitheka;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Manje ngithi kini: hlukanani nalaba bantu, bayekeni phansi, ngokuba uma lokhu kungumsebenzi ovela kubantu, kuyakushabalala,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Manje ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli cebo nalo msebenzi ungowabantu, uyachitheka;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 5:38
14 Referans Kwoze  

Kepha waphendula wathi: “Zonke izithombo ezingatshalwanga nguBaba osezulwini ziyakusishulwa.


Ngokuba ukuhlakanipha kwaleli zwe kungubuwula kuNkulunkulu. Ngokuba kulotshiwe ukuthi: Ubamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo.


Uma simyeka kanjalo, bonke bayakukholwa nguye; futhi amaRoma ayakuza, athathe kokubili indawo yethu nesizwe.


Wathi kubo: “Madoda akwa-Israyeli, ziqapheleni eniyakukwenza kulaba bantu.


Ubhapathizo lukaJohane lwaluvela ezulwini noma kubantu na? ngiphendule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite