Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 3:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible

4 UPetro wasemgqolozela kanye loJohane, wathi: Sikhangele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha uPetru wamgqolozela kanye noJohane, wathi: “Sibheke!”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kepha uPhethro noJohane bayigqolozela, wathi kuyo: “Sibheke!”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UPetro wasemgqolozela kanye loJohane, wathi: Sikhangele.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 3:4
11 Referans Kwoze  

UJesu wathi kuye: “Angishongo yini kuwe ukuthi, uma ukholwa, uzakubona inkazimulo kaNkulunkulu na?


UPetru ekubona waphendula abantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, nimangala ngalokho na? Kumbe nisigqolozeleni ngokungathi ngamandla ethu nangobungcwele bethu senze lo ukuba ahambe na?


Wayigoqa incwadi, wayibuyisela encekwini, wahlala phansi. Amehlo abo bonke ababesesinagogeni ayethe njo kuye.


UJesu embona elele, azi ukuthi wayesenesikhathi eside enjalo, wathi kuye: “Uyathanda ukusinda na?


okwathi ngigqolozele kukho, ngabona, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.


Kepha oPetru noJohane benyukela kanyekanye ethempelini ngehora lokukhuleka eliyihora lesishiyagalolunye.


eyathi ibona uPetro loJohane sebezangena ethempelini, yacela isipho.


Wabanaka, ethemba ukuthola utho kubo.


Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu.


Embuka wethuka, wathi: Kuyini, Nkosi? Yathi kuye: “Imikhuleko yakho nokwabela kwakho abampofu izipho kukhuphukele kwaba yisikhumbuzo phambi kukaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite