Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 3:24 - Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Yebo, nabaprofethi bonke, kusukela kuSamuweli nabalandelayo, bonke abakhulumileyo, babikezela ngalezi zinsuku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Yebo, nabaprofethi bonke, kusukela kuSamuweli nabalandelayo, bonke abakhulumileyo, bamemezela lezo zinsuku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 “Yebo, nabaphrofethi bonke, kusukela kuSamuweli nabamlandelayo, bonke ababekhulume, bamemezela ngalezo zinsuku.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Yebo, nabaprofethi bonke, kusukela kuSamuweli nabalandelayo, bonke abakhulumileyo, babikezela ngalezi zinsuku.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 3:24
12 Referans Kwoze  

omelwe ukumamukela izulu kuze kube yizikhathi zokubuyiselwa kwakho konke uNkulunkulu azikhulumayo ngomlomo wabaprofethi bakhe abangcwele bonke kusukela kwaphakade.


Eqala kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


Kodwa khathesi-ke sekubonakalisiwe ukulunga kukaNkulunkulu ngaphandle komlayo, kufakazelwa ngumlayo labaprofethi;


Emva kwalokho wabanika abahluleli isikhathi esingangeminyaka engamakhulu amane namashumi ayisihlanu, kwaze kwafika uSamuweli umprofethi.


Ngakho-ke phendukani, niguquke, ukuze kusulwe izono zenu, ukuze kufike izikhathi zokuhlunyelelwa zivela ebusweni beNkosi;


evula efakaza ukuthi uKristu kwakumele ahlupheke, abuye avuke kwabafileyo; nokuthi uJesu lo, engimshumayeza nina, unguKristu.


ukuze uKristu ahlupheke, abe ngowokuqala ukuvuka kwabafileyo, amemezele ukukhanya kubantu nakwabezizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite