Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 28:30 - Baasraak Zulu New Testament Bible

30 UPawuli wahlala iminyaka emibili egcweleyo endlini yakhe ayeyiqatshile, wemukela bonke ababeza kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kepha uPawulu wahlala iminyaka emibili egcwele endlini yakhe ayiqashileyo, wamukela bonke abeza kuye,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 UPawula wahlala iminyaka emibili epheleleyo endlini yakhe ayeyiqashile, emukela bonke abeza kuye,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 UPawuli wahlala iminyaka emibili egcweleyo endlini yakhe ayeyiqatshile, wemukela bonke ababeza kuye.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 28:30
14 Referans Kwoze  

Eseshilo lokho, abaJuda bamuka, benezimpikiswano ezinkulu phakathi kwabo.


eshumayela umbuso kaNkulunkulu, efundisa izinto eziphathelene neNkosi uJesu Kristu ngesibindi esikhulu, engavinjelwa muntu.


Ngakho-ke izibopho zami kuKristu zabonakala esigodlweni sonke lakuzo zonke ezinye indawo;


Wathi kubo: Wozani nibone. Beza babona lapho ehlala khona, bahlala naye lolo suku, ngokuba kwakungaba yihora leshumi.


Kwathi seziphelile lezi zinto, uPawulu wazimisela emoyeni, esedabulile iMakedoniya ne-Akhaya, ukuya eJerusalema, wathi: “Emva kokufika kwami khona ngimelwe ukubona neRoma.


Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi;


Kwathi sesifikile eRoma, induna yekhulu yanikela izibotshwa enduneni yabalindi, kodwa uPawuli wavunyelwa ukuthi ahlale yedwa lebutho elimgadileyo.


ukuze ngize kini ngentokozo ngentando kaNkulunkulu, ngiqabuleke kanye nani.


Emivimbo, etilongweni, esiphithiphithini, ekukhandlekeni, nasekulindeni, nasekuzila ukudla;


Bayizikhonzi zikaKristu na? (Ngikhuluma njengesiwula) mina kakhulu; ekukhandlekeni okuchichima kakhulu, ngemivimbo engaphezu kwesilinganiso, ematilongweni kaningi, nasekufeni kaningi.


Kodwa kwathi eseseRoma, wangidinga ngokukhuthala okukhulu, wangithola.


Shumayela izwi; phuthuma ngenkathi, ingekho inkathi; sola, ukhuze, uyale ngakho konke ukubekezela nokufundisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite