Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:18 - Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kwathi sesipheshulwa kakhulu yisiphepho, ngangomuso bakhulula umkhumbi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kuthe ukuba sibhengulwe kakhulu yisiphepho, ngangomuso bachitha umthwalo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Sasilokhu sishukunyiswa kanzima yisivunguvungu saze ngosuku olulandelayo saphonsa ngaphandle umthwalo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwathi sesipheshulwa kakhulu yisiphepho, ngangomuso bakhulula umkhumbi;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:18
9 Referans Kwoze  

Sebesuthi, bawenza lula umkhumbi, baphonsa ukolweni olwandle.


Ngakho-ke nathi njengoba sizungezwe ifu elingaka lawofakazi, masilahle konke okusindayo nesono esisithandela kalula, futhi masiwugijime ngokubekezela umncintiswano obekwe phambi kwethu,


Kwathi ngosuku lwesithathu salahla izikhali zomkhumbi ngezandla zethu.


Inkosi yamtusa umphathi ongalungile, ngokuba wenze ngokuhlakanipha; ngokuba abantwana balesi sikhathi bahlakaniphile esizukulwaneni sabo kunabantwana bokukhanya.


Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?


Ukuphila kungaphezu kokudla, nomzimba mkhulu kunesambatho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite